Ngezansi kukhona uhlu lwezinkampani ezisebenzisa amakhukhi nobuchwepheshe obufanayo Kusevisi Ye-Spotify ukuze zihlinzeke ngamasevisi ku-Spotify nozakwethu bezokukhangisa. Lezi zinkampani zingase zishintshe, futhi sizobuyekeza lolu hlu ngezikhathi ezithile, kodwa ngeke kube uhlu olubuyekezwe ngokugcwele ngaso sonke isikhathi. Ngenxa yokuthi lezi zinkampani zingase zabelane ngolwazi Kusevisi Ye-Spotify nezinye izinkampani zangaphandle, lezo zinkampani zangaphandle zingase nazo zisethe amakhukhi Kusevisi Ye-Spotify.

Kugcine ukubuyekezwa: 2025-02-11