Kungani kuyi-Spotify?

  • Dlala izintandokazi zakho.

    Lalela izingoma ozithandayo, futhi uthole umculo omusha nama-podcast.

  • Izinhla zokudlalayo ezenziwe lula.

    Sizokusiza wakhe izinhla zokudlalayo. Noma jabulela izinhla zokudlalayo ezenziwe ochwepheshe.

  • Yenze ibe ngeyakho.

    Sitshele ukuthi yini oyithandayo, futhi sizokwenzela iziphakamiso zomculo.

  • Yonga idatha yedivayisi.

    Ukuze usebenzise idatha encane lapho udlala umculo, vula Isilondolozi Sedatha kokuthi Amasethingi.

Kumahhala.

Akudingeki khadi lesikweletu.

Ingabe unemibuzo?

  • Ngilenza kanjani uhlu lokudlalayo?

    Izinhlu zokudlalayo ziyindlela enhle yokulondoloza amaqoqo omculo, ukuze alalelwe uwena noma ukuze wabelane ngawo.Ukuze ulwenze:

    1. Thepha Umtapo Wakho.
    2. Thepha okuthi YENZA.
    3. Nikeza uhlu lwakho lokudlalayo igama.
    4. Qala ukunezela izingoma (futhi sizokusiza).

  • Ngenza kanjani ukuthi imodi Yesilondolozi Sedatha isebenze?

    1. Thepha Ikhaya.
    2. Thepha Amasethingi.
    3. Thepha Isilondolozi Sedatha.
    4. Khanyisa Isilondolozi Sedatha.

  • Kuyenzeka yini ukudlala umculo ngokuphithanisa kuphela?

    Noma yiluphi uhlu lokudlalayo olunesithonjana sokuphithanisa luzodlala ngokuphithanisa.

    Ezinye izinhlu zokudlalayo ngeke zibe nesithonjana sokuphithanisa, ngakho ungathepha noma iyiphi ingoma ukuze uyidlale.

  • Ngingawathola kuphi ama-Podcast?

    Thepha okuthi Sesha. Ngaphansi kokuthi Phequlula Konke, thepha Ama-podcast.