Listen without limits. Try 3 months of Premium for R 74.99
No auto-renew, offer ends 7/20/25
Ekhokhelwayo Yoyedwa kuphela. Imigomo iyasebenza.
Ekhokhelwayo Yoyedwa kuphela. Imigomo iyasebenza.
Lokho ozokuthola | Ipulani Yamahhala ye-Spotify | Amapulani Ekhokhelwayo ye-Spotify |
---|---|---|
Ukulalela umculo ongenazikhangiso | ||
Dawuniloda ukuze ulalele ungaxhunyiwe ku-inthanethi | ||
Dlala izingoma nganoma iyiphi indlela | ||
Ikhwalithi yomsindo ephezulu | ||
Lalela nabangane ngesikhathi sangempela | ||
Hlela ulayini wokulalela |
I-akhawunti Ekhokhelwayo engu-1
Khansela noma nini
Bhalisa noma inkokhelo yesikhathi esisodwa
U-R 0 izinyanga ezingu-1, bese kuba u-R 64.99 ngenyanga ngemva kwalokho. Okunikezwayo kutholakala kuphela uma ungakaze uyizame Ekhokhelwayo ngaphambilini. Imigomo iyasebenza.
I-akhawunti Ekhokhelwayo eqinisekisiwe engu-1
Isaphulelo sabafundi abafanelekayo
Khansela noma nini
U-R 0 izinyanga ezingu-1, bese kuba u-R 34.99 ngenyanga ngemva kwalokho. Okunikezwayo kutholakala kuphela kubafundi bezikhungo zemfundo ephakeme futhi uma ungakayizami Ekhokhelwayo ngaphambilini. Imigomo iyasebenza.
Ama-akhawunti Ekhokhelwayo angu-2
Khansela noma nini
Bhalisa noma inkokhelo yesikhathi esisodwa
Eyezithandani ezihlala ekhelini elifanayo. Imigomo iyasebenza.
Ama-akhawunti Ekhokhelwayo afika kwangu-6
Lawula okuqukethwe okumakwe njengokunenhlamba
Khansela noma nini
Bhalisa noma inkokhelo yesikhathi esisodwa
Okwamalungu omndeni afika ku-6 ahlala ekhelini elifanayo. Imigomo iyasebenza.
Sinazo izimpendulo.
Thola izimpendulo ezengeziwe kusayithi yethu yosekelo.
Uma ungakaze ube Nekhokhelwayo ngaphambilini, ungase ufanelekele isivivinyo samahhala (noma senani elincishisiwe).Ezivivinyweni, usazodinga ukufaka indlela yokukhokha evumelekile ukuze ubhalise. Sizosebenzisa lokhu ukuze siqinisekise izwe noma isifunda sakho futhi sithathe izinkokhelo uma ufuna ukugcina Ekhokhelwayo ngemva kokuphela kokunikezwayo.Sizokuthumela isikhumbuzo ezinsukwini ezingu-7 ngaphambi kokuthi isivivinyo sakho siphele. Kusebenza imikhawulo yezwe kanye Nemigomo.
Ungakwazi ukukhansela kalula ipulani yakho Yekhokhelwayo nganoma yisiphi isikhathi ekhasini le-akhawunti yakho.
Okubhaliselwe okukhokhelwe Kwekhokhelwayo uma kukhanselwa, kuzoqhubeka kuze kube usuku lwakho lokukhokha olulandelayo, bese i-akhawunti yakho ishintshela kusevisi yethu yamahhala.
Uma ukhansela phakathi nenkathi yesivivinyo samahhala esingenalo inani, uzolahlekelwa ukufinyelela ezinzuzweni zakho Zekhokhelwayo ngokushesha futhi i-akhawunti yakho izoshintshela kusevisi yethu yamahhala. Izivivinyo zamahhala ezingenalo inani azikwazi ukuvuselelwa.
Usazogcina zonke izinhla zakho zokudlalayo nomculo olondoloziwe, futhi uzokwazi ukulalela nezikhangiso kusevisi yethu yamahhala.
Ekhokhelwayo ye-Duo iyipulani yezithandani ezihlala ndawonye. Uma kuqhathaniswa nokuba nama-akhawunti amabili Ekhokhelwayo Yoyedwa abiza inani eligcwele, iphinde ibe eshibhile. Sizocela ikheli lakho ukuze siqinisekise ukuthi nihlala ekhelini elifanayo. Ungamema ilungu kupulani ngemva kokuthi usuthengile. Ilungu ngalinye line-akhawunti yalo Yekhokhelwayo ehlukile futhi lingakwazi ukulalela ngesikhathi esifanayo nge-akhawunti yalo. Wonke umculo nezinhla zokudlalayo ezilondoloziwe ezalo. Omunye umnikazi we-akhawunti akakwazi ukubona ukuthi yini oyilalele.
Funda ulwazi olwengeziwe mayelana Nekhokhelwayo ye-Duo.
Ekhokhelwayo Yomndeni iyipulani yamalungu omndeni afika kwangu-6 ahlala ndawonye. Uma kuqhathaniswa nokuthi wonke umuntu abe ne-akhawunti yakhe Yekhokhelwayo Yoyedwa ebiza inani eligcwele, iphinde ibe eshibhile. Sizocela ikheli lakho ukuze siqinisekise ukuthi uhlala ekhelini elifanayo. Ungamema amalungu omndeni kupulani ngemva kokuthi usuthengile. Ilungu ngalinye line-akhawunti yalo Yekhokhelwayo ehlukile futhi lingakwazi ukulalela ngesikhathi esifanayo nge-akhawunti yalo. Wonke umculo nezinhla zokudlalayo ezilondoloziwe ezalo. Abanye abanikazi bama-akhawunti abakwazi ukubona ukuthi yini oyilalele.
Funda ulwazi olwengeziwe mayelana Nekhokhelwayo Yomndeni.
Uma ungumfundi obhalise ekolishi noma enyuvesi egunyaziwe, futhi ungaphezu kweminyaka yobudala engu-18, impendulo ithi yebo. Ungakwazi ukuthola Ekhokhelwayo Yomfundi kuze kube iminyaka engu-4.
Funda ulwazi olwengeziwe mayelana Nekhokhelwayo Yomfundi.
Amanani e-Spotify Ekhokhelwayo e-South Africa ayahluka kuye ngokuthi iyiphi ipulani Yekhokhelwayo oyikhethayo: Ipulani ye-Spotify Ekhokhelwayo Yoyedwa ibiza u-R 64.99 ngenyanga, ipulani ethi Ekhokhelwayo ye-Duo ibiza u-R 84.99 ngenyanga, ipulani ethi Ekhokhelwayo Yomndeni ibiza u-R 99.99 ngenyanga, ipulani ethi Ekhokhelwayo Yomfundi ibiza u-R 34.99 ngenyanga. Uma ungakaze ube Nekhokhelwayo ngaphambilini, ungase ufanelekele isivivinyo samahhala (noma senani elincishisiwe). Kusebenza imikhawulo yezwe kanye nemigomo.