Abafundi bathola Ekhokhelwayo mahhala inyanga eyodwa

Ukulalela ngokungenamkhawulo umculo ongenazo izikhangiso nokunye okwengeziwe. U-R29.99 kuphela/ngenyanga ngemva kwalokho. Khansela noma nini.

Imigomo nemibandela iyasebenza. Ipulani itholakala kubafundi bemfundo ephakeme abangakayizami Ekhokhelwayo. Ngemva kwenkathi yesivivinyo inani lanyanga zonke lika-R29.99 ngenyanga lizokhokhiswa.

Yenza ingoma yomculo ukufunda kwakho

  • Ukulalela umculo ongenazikhangiso

    Tadisha kuze kushone ilanga. Dansa kuze kuse.

  • Lalela ungaxhunyiwe ku-inthanethi

    Ungalokothi ukhathazeke ngedatha futhi, noma ngabe yikuphi lapho okhona.

  • Umculo waso sonke isimo

    Izigidi zezingoma, izinhlu zokudlalayo ezimangalisayo.

  • Kumnandi ezindlebeni

    Ekhokhelwayo ifaka ikhwalithi yomsindo eyengeziwe kuyo yonke ingoma.

Imibuzo?

Sinazo izimpendulo

  • Ingabe ngiyayifanelekela le pulani?

    Uma ungumfundi obhalise ekolishi noma enyuvesi egunyaziwe, futhi ungaphezu kweminyaka yobudala engu-18, impendulo ithi yebo. Ungakwazi ukuthola Ekhokhelwayo Yomfundi kuze kube iminyaka engu-4.

  • Uqinisekisa kanjani ukuthi ngingumfundi?

    Siqinisekisa isimo sakho sokubhalisa sisebenzisa isevisi yenkampani yangaphandle ebizwa nge-SheerID. Funda kabanzi.

  • Yini eyenzekayo ku-akhawunti yami lapho sengigogodile noma sengishiya isikole?

    Uzoqhubeka nokuthola ukufinyelela Kwekhokhelwayo Yomfundi, kuze kufike ezinyangeni ezingu-12 kusukela osukwini lwakho lokubhalisa noma lapho ugcina ukuqinisekisa kabusha, ngenkathi isatholakala. Uma ungaseyena umfundi ekupheleni kwaleyo nkathi, ngeke usafanelekela Ekhokhelwayo Yomfundi. Okubhaliselwe kwakho kuzoshintsha ngokuzenzekelayo ukuze kube ipulani Ekhokhelwayo Yoyedwa engu-R59.99/ngenyanga.

  • Ngizokhokha malini futhi nini?

    Uzokhokhiswa u-R29.99/ngenyanga. Uma inani lishintsha esikhathini esizayo, sizokwazisa kuqala. Ungakwazi ukukhansela noma nini ekhasini lakho le-Akhawunti ye-Spotify.