Lalelani ndawonye.
Lalela uwedwa.

Ngama-akhawunti amabili ahlukene nobabili ningakwazi ukujabulela umculo wenu ngaphandle kokushintshana.

Inani elingcono kakhulu lababili

Abantu ababili, ama-akhawunti amabili ahlukene e-Spotify Ekhokhelwayo ngo-R84.99, konke kubhili eyodwa.

  • Isizathu sokuthola Ekhokhelwayo ye-Duo?

    • Dawuniloda umculo. Lalela nomaphi.
    • Ukulalela umculo ongenazikhangiso.
    • Dlala izingoma nganoma iyiphi indlela.
    • Ikhwalithi yomsindo ephakeme. Yizwa umsindo.
  • Usunayo kakade i-Spotify Ekhokhelwayo?

    Uma ushintshela ku-Duo, ugcina konke oku-

    • Umculo
    • Izinhla zokudlalayo
    • Izincomo

Iyini Ekhokhelwayo ye-Duo?

Ekhokhelwayo ye-Duo iyipulani yesaphulelo yabantu abangu-2 abahlala ndawonye.

hero_image

Khansela noma nini

Khansela okubhaliselwe kwanyanga ku-inthanethi noma nini.

Kulula ukuthola Ekhokhelwayo ye-Duo

  • Joyina i-Duo ngokubhalisa noma ngokungena ngemvume nge-akhawunti yakho ekhona kakade.

  • Mema othile ohlala naye ukuthi ajoyine i-Duo nge-imeyili, i-WhatsApp - noma yini ekusebenzelayo.

  • Bamukela isimemo ekhaya, baqinisekise ikheli labo, futhi yilokho nje - nobabili nisebenzisa i-Duo. *

* Nobabili kufanele nihlale ekhelini elifanayo ukuze nijoyine Ekhokhelwayo ye-Duo.

Imibuzo?

Sinazo izimpendulo.

  • Ingabe sihlanganyela i-akhawunti, noma ingabe umuntu ngamunye uthola eyakhe?

    Umuntu ngamunye osebenzisa ipulani uthola eyakhe i-akhawunti Ekhokhelwayo ngakho asikho isidingo sokuthi wabelane noma nisebenzise imininingwane yokungena ngemvume yomunye nomunye. Futhi ngenxa yokuthi manje nisebenzisa ama-akhawunti ahlukene, izincomo zomculo ziklanyelwe lokho okuthandwa umuntu ngamunye.

  • Senginayo kakade Ekhokhelwayo. Kwenzekani kuwo wonke umculo wami olondoloziwe?

    Ungakwazi ukuthuthukela ku-Duo nge-akhawunti Yekhokhelwayo ekhona kakade futhi ugcine wonke umculo wakho olondoloziwe, izinhlu zokudlalayo nezincomo.

  • Isebenza kanjani ibhili? Ingabe siyazihlukanisa izindleko?

    Umuntu othenga i-Duo uzothola ibhili eyodwa njalo ngenyanga.

  • Sikwazi ukulalela lapho sisekhaya kuphela?

    Ungakwazi ukulalela noma yikuphi. Uma sesiqinisekisile ukuthi nihlala ekhelini elifanayo, nobabili ningakwazi ukusebenzisa ama-akhawunti enu e-Spotify noma yikuphi lapho enifuna khona, kunoma iyiphi idivayisi.

Ekhokhelwayo ye-Duo. Umculo wababili.

Ama-akhawunti amabili Ekhokhelwayo ezithandani ezihlala ndawonye.
U-R84.99/ngenyanga. Khansela noma nini.