Mayelana Nathi

Nge-Spotify, kulula ukuthola umculo noma i-podcast efanele yaso sonke isikhathi – efonini yakho, ekhompyutheni yakho, kuthebhulethi nokunye okwengeziwe.

Kukhona izigidi zamathrekhi neziqephu ku-Spotify. Ngakho kungakhathaliseki ukuthi uyashayela, uyajima, osephathini noma uziphumulele, umculo noma i-podcast efanele ihlezi isemachosheni eminwe yakho. Khetha lokho ofuna ukukulalela, noma uvumele i-Spotify ikumangaze.

Ungakwazi futhi ukuphequlula amaqoqo abangane, abaculi, kanye nosaziwayo, noma wenze isiteshi somsakazo futhi uvele nje uhlale unethezeke.

Yenza ingoma yomculo wempilo yakho nge-Spotify. Bhalisa noma lalela mahhala.

Isevisi Yekhasimende Nokusekela

  1. Isayithi yosizo. Hlola isayithi yethu yosizo ukuze uthole izimpendulo zemibuzo yakho futhi ufunde indlela yokuthola okungcono ku-Spotify nomculo wakho.
  2. Umphakathi. Thola ukwesekwa okusheshayo okuvela kubasebenzisi be-Spotify. Uma ingekho kakade impendulo yombuzo wakho lapho, wuxhome futhi othile uzokuphendula ngokushesha. Ungakwazi futhi ukuphakamisa futhi uvotele imibono emisha ye-Spotify noma umane uxoxe ngomculo nabanye abalandeli.
  3. Sithinte. Thinta Ukwesekwa Kwamakhasimende ethu uma ungasitholi isixazululo kusayithi yosekelo noma Emphakathini wethu.

Noma khetha isihloko:

I-Spotify USA, Inc. ihlinzeka ngesevisi ye-Spotify kubasebenzisi e-United States. I-Spotify AB ihlinzeka ngesevisi ye-Spotify kubasebenzisi kuzo zonke ezinye izimakethe.

I-Spotify HQ

Spotify AB
Regeringsgatan 19
SE-111 53 Stockholm
Sweden
Reg no: 556703-7485
office@spotify.com

I-Spotify emhlabeni jikelele

Spotify Belgium
Square de Meeus 37
4th floor
1000 Brussels
Belgium
office@spotify.com
Spotify GmbH
Unter den Linden 10
10117 Berlin
Germany
office@spotify.com
Spotify Canada Inc.
220 Adelaide Street West
M5H 1W7 Toronto Ontario
Canada
office@spotify.com
Spotify Denmark ApS
Vestergade 27, 1 th
1456 København K
Denmark
office@spotify.com
SPOTIFY SPAIN SL
Paseo de Recoletos, 7-9
28004 Madrid
Spain
office@spotify.com
Spotify Finland Oy
Merimiehenkatu 36 D
FI-00150 Helsinki
Finland
office@spotify.com
Spotify France SAS
48 Rue la Bruyère
75009
Paris
France
office@spotify.com
Spotify India LLP
Regus, North F/A-4,
Floor 1st,A Block,
Shivsagar Estate, Dr Annie Besant Road,
Worli, Mumbai Mumbai City,
MH 400018 INDIA
office@spotify.com
Spotify Italy S.r.l.
Via Joe Colombo 4
20124 Milano
Italy
office@spotify.com
Spotify Netherlands
Singel 540 3h
1017AZ, Amsterdam
Netherlands
office@spotify.com
Spotify Ltd
Adelphi Building
4 Savoy Place
London WC2N 6AT
United Kingdom
office@spotify.com
Spotify USA Inc
4 World Trade Center
150 Greenwich Street, 62nd Floor
New York, NY 10007
USA
office@spotify.com
Spotify Mexico
Pedregal 24 Torre Virreyes Piso 8
Col. Molino del Rey
DF 11040
Mexico
office@spotify.com
Spotify Israel
office@spotify.com