Lalelani ndawonye.
Lalela uwedwa.
Ngama-akhawunti amabili ahlukene nobabili ningakwazi ukujabulela umculo wenu ngaphandle kokushintshana.
Inani elingcono kakhulu lababili
Abantu ababili, ama-akhawunti amabili ahlukene e-Spotify Ekhokhelwayo ngo-R 84.99, konke kubhili eyodwa.
Isizathu sokuthola Ekhokhelwayo ye-Duo?
- Dawuniloda umculo. Lalela nomaphi.
- Ukulalela umculo ongenazikhangiso.
- Dlala izingoma nganoma iyiphi indlela.
- Ikhwalithi yomsindo ephakeme. Yizwa umsindo.
Usunayo kakade i-Spotify Ekhokhelwayo?
Uma ushintshela ku-Duo, ugcina konke oku-
- Umculo
- Izinhla zokudlalayo
- Izincomo
Khansela noma nini
Khansela okubhaliselwe kwanyanga ku-inthanethi noma nini.
Kulula ukuthola Ekhokhelwayo ye-Duo
Joyina i-Duo ngokubhalisa noma ngokungena ngemvume nge-akhawunti yakho ekhona kakade.
Mema othile ohlala naye ukuthi ajoyine i-Duo nge-imeyili, i-WhatsApp - noma yini ekusebenzelayo.
Bamukela isimemo ekhaya, baqinisekise ikheli labo, futhi yilokho nje - nobabili nisebenzisa i-Duo. *
* Nobabili kufanele nihlale ekhelini elifanayo ukuze nijoyine Ekhokhelwayo ye-Duo.
Imibuzo?
Sinazo izimpendulo.
- Ingabe sihlanganyela i-akhawunti, noma ingabe umuntu ngamunye uthola eyakhe?
Umuntu ngamunye osebenzisa ipulani uthola eyakhe i-akhawunti Ekhokhelwayo ngakho asikho isidingo sokuthi wabelane noma nisebenzise imininingwane yokungena ngemvume yomunye nomunye. Futhi ngenxa yokuthi manje nisebenzisa ama-akhawunti ahlukene, izincomo zomculo ziklanyelwe lokho okuthandwa umuntu ngamunye.
- Senginayo kakade Ekhokhelwayo. Kwenzekani kuwo wonke umculo wami olondoloziwe?
Ungakwazi ukuthuthukela ku-Duo nge-akhawunti Yekhokhelwayo ekhona kakade futhi ugcine wonke umculo wakho olondoloziwe, izinhlu zokudlalayo nezincomo.
- Isebenza kanjani ibhili? Ingabe siyazihlukanisa izindleko?
Umuntu othenga i-Duo uzothola ibhili eyodwa njalo ngenyanga.
- Sikwazi ukulalela lapho sisekhaya kuphela?
Ungakwazi ukulalela noma yikuphi. Uma sesiqinisekisile ukuthi nihlala ekhelini elifanayo, nobabili ningakwazi ukusebenzisa ama-akhawunti enu e-Spotify noma yikuphi lapho enifuna khona, kunoma iyiphi idivayisi.