Jabulela umehluko

Iya Kwekhokhelwayo futhi ujabulele ukulawula okugcwele kokulalela kwakho. Khansela noma nini.

Lokho ozokuthola
Ipulani
Yamahhala ye-Spotify
Premium
Ukulalela umculo ongenazikhangiso
not included
Dawuniloda ukuze ulalele ungaxhunyiwe ku-inthanethi
not included
Dlala izingoma nganoma iyiphi indlela
not included
Ikhwalithi yomsindo ephezulu
not included
Lalela nabangane ngesikhathi sangempela
not included
Hlela ulayini wokulalela
not included

Amapulani ashibhile anoma yisiphi isimo

Khetha ipulani Yekhokhelwayo futhi ulalele umculo ongenazo izikhangiso ngaphandle kwemikhawulo efonini yakho, esipikheni, nakwamanye amadivayisi. Khokha ngezindlela ezihlukene. Khansela noma nini.

+ 2 okuningi
Premium

I-Mini

U-R 11.99 amaviki angu-1


  • I-akhawunti Yekhokhelwayo yeselula kuphela

  • Ukulalela ungaxhunyiwe ku-inthanethi kwezingoma ezifika kwezingu-30 kudivayisi engu-1

  • Inkokhelo yesikhathi esisodwa

  • Ikhwalithi yomsindo evamile

  • Kumahhala izinyanga ezingu-3
Premium

Koyedwa

Kumahhala izinyanga ezingu-3

R 64.99/ngenyanga emva kwalokho


  • I-akhawunti Ekhokhelwayo engu-1

  • Khansela noma nini

  • Bhalisa noma inkokhelo yesikhathi esisodwa

Kumahhala izinyanga ezingu-3, bese kuba u-R 64.99 ngenyanga ngemva kwalokho. Okunikezwayo kutholakala kuphela uma ungakaze uyizame Ekhokhelwayo ngaphambilini. Imigomo iyasebenza.
Okunikezwayo kuphela ngo-Meyi 14, 2024.

  • Kumahhala izinyanga ezingu-1
Premium

Umfundi

Kumahhala izinyanga ezingu-1

R 34.99/ngenyanga emva kwalokho


  • I-akhawunti Ekhokhelwayo eqinisekisiwe engu-1

  • Isaphulelo sabafundi abafanelekayo

  • Khansela noma nini

Kumahhala izinyanga ezingu-1, bese kuba u-R 34.99 ngenyanga ngemva kwalokho. Okunikezwayo kutholakala kuphela kubafundi bezikhungo zemfundo ephakeme futhi uma ungakayizami Ekhokhelwayo ngaphambilini. Imigomo iyasebenza.

Premium

I-Duo

R 84.99 / ngenyanga


  • Ama-akhawunti Ekhokhelwayo angu-2

  • Khansela noma nini

  • Bhalisa noma inkokhelo yesikhathi esisodwa

Eyezithandani ezihlala ekhelini elifanayo. Imigomo iyasebenza.

Premium

Umndeni

R 99.99 / ngenyanga


  • Ama-akhawunti Ekhokhelwayo afika kwangu-6

  • Lawula okuqukethwe okumakwe njengokunenhlamba

  • Khansela noma nini

  • Bhalisa noma inkokhelo yesikhathi esisodwa

Okwamalungu omndeni afika ku-6 ahlala ekhelini elifanayo. Imigomo iyasebenza.

Imibuzo?

Sinazo izimpendulo.

Thola izimpendulo ezengeziwe kusayithi yethu yosekelo.

  • Sisebenza kanjani isivivinyo se-Spotify Ekhokhelwayo?

    Uma ungakaze ube Nekhokhelwayo ngaphambilini, ungase ufanelekele isivivinyo samahhala (noma senani elincishisiwe).

    Ezivivinyweni, usazodinga ukufaka indlela yokukhokha evumelekile ukuze ubhalise. Sizosebenzisa lokhu ukuze siqinisekise izwe noma isifunda sakho futhi sithathe izinkokhelo uma ufuna ukugcina Ekhokhelwayo ngemva kokuphela kokunikezwayo.

    Sizokuthumela isikhumbuzo ezinsukwini ezingu-7 ngaphambi kokuthi isivivinyo sakho siphele. Kusebenza imikhawulo yezwe kanye Nemigomo.

  • Ngiyikhansela kanjani ipulani yami Yekhokhelwayo?

    Ungakwazi ukukhansela kalula ipulani yakho Yekhokhelwayo nganoma yisiphi isikhathi ekhasini le-akhawunti yakho. Ekhokhelwayo yakho ihlala kuze kube usuku lwakho lokukhokha olulandelayo, bese i-akhawunti yakho ishintshela kupulani yethu yamahhala.

    Uzogcina zonke izinhla zakho zokudlalayo, umculo olondoloziwe, futhi uzokwazi ukulalela nezikhangiso uma i-akhawunti yakho imahhala.

  • Isebenza kanjani ipulani Yekhokhelwayo ye-Duo?

    Ekhokhelwayo ye-Duo iyipulani yezithandani ezihlala ndawonye. Uma kuqhathaniswa nokuba nama-akhawunti amabili Ekhokhelwayo Yoyedwa abiza inani eligcwele, iphinde ibe eshibhile. Sizocela ikheli lakho ukuze siqinisekise ukuthi nihlala ekhelini elifanayo. Ungamema ilungu kupulani ngemva kokuthi usuthengile. Ilungu ngalinye line-akhawunti yalo Yekhokhelwayo ehlukile futhi lingakwazi ukulalela ngesikhathi esifanayo nge-akhawunti yalo. Wonke umculo nezinhla zokudlalayo ezilondoloziwe ezalo. Omunye umnikazi we-akhawunti akakwazi ukubona ukuthi yini oyilalele.

    Funda ulwazi olwengeziwe mayelana Nekhokhelwayo ye-Duo.

  • Isebenza kanjani ipulani Yekhokhelwayo Yomndeni?

    Ekhokhelwayo Yomndeni iyipulani yamalungu omndeni afika kwangu-6 ahlala ndawonye. Uma kuqhathaniswa nokuthi wonke umuntu abe ne-akhawunti yakhe Yekhokhelwayo Yoyedwa ebiza inani eligcwele, iphinde ibe eshibhile. Sizocela ikheli lakho ukuze siqinisekise ukuthi uhlala ekhelini elifanayo. Ungamema amalungu omndeni kupulani ngemva kokuthi usuthengile. Ilungu ngalinye line-akhawunti yalo Yekhokhelwayo ehlukile futhi lingakwazi ukulalela ngesikhathi esifanayo nge-akhawunti yalo. Wonke umculo nezinhla zokudlalayo ezilondoloziwe ezalo. Abanye abanikazi bama-akhawunti abakwazi ukubona ukuthi yini oyilalele.

    Funda ulwazi olwengeziwe mayelana Nekhokhelwayo Yomndeni.

  • Isebenza kanjani Ipulani Yekhokhelwayo Yomfundi?

    Uma ungumfundi obhalise ekolishi noma enyuvesi egunyaziwe, futhi ungaphezu kweminyaka yobudala engu-18, impendulo ithi yebo. Ungakwazi ukuthola Ekhokhelwayo Yomfundi kuze kube iminyaka engu-4.

    Funda ulwazi olwengeziwe mayelana Nekhokhelwayo Yomfundi.

  • Ibiza malini i-Spotify Ekhokhelwayo e-South Africa?

    Amanani e-Spotify Ekhokhelwayo e-South Africa ayahluka kuye ngokuthi iyiphi ipulani Yekhokhelwayo oyikhethayo: Ipulani ye-Spotify Ekhokhelwayo Encane ibiza u-R 11.99 amaviki angu-1, ipulani ethi Ekhokhelwayo Yoyedwa ibiza u-R 64.99 ngenyanga, ipulani ethi Ekhokhelwayo ye-Duo ibiza u-R 84.99 ngenyanga, ipulani ethi Ekhokhelwayo Yomndeni ibiza u-R 99.99 ngenyanga, ipulani ethi Ekhokhelwayo Yomfundi ibiza u-R 34.99 ngenyanga. Uma ungakaze ube Nekhokhelwayo ngaphambilini, ungase ufanelekele isivivinyo samahhala (noma senani elincishisiwe). Kusebenza imikhawulo yezwe kanye nemigomo.