Abafundi bathola Ekhokhelwayo mahhala inyanga eyodwa

Ukulalela ngokungenamkhawulo umculo ongenazo izikhangiso nokunye okwengeziwe. U-R 47.99 kuphela/ngenyanga ngemva kwalokho. Khansela noma nini.

Imigomo nemibandela iyasebenza. Ipulani itholakala kubafundi bemfundo ephakeme abangakayizami Ekhokhelwayo. Ngemva kwenkathi yesivivinyo inani lanyanga zonke lika-R 47.99 ngenyanga lizokhokhiswa.

Yenza ingoma yomculo ukufunda kwakho

  • Ukulalela umculo ongenazikhangiso

    Tadisha kuze kushone ilanga. Dansa kuze kuse.

  • Lalela ungaxhunyiwe ku-inthanethi

    Ungalokothi ukhathazeke ngedatha futhi, noma ngabe yikuphi lapho okhona.

  • Umculo waso sonke isimo

    Izigidi zezingoma, izinhlu zokudlalayo ezimangalisayo.

  • Kumnandi ezindlebeni

    Ekhokhelwayo ifaka ikhwalithi yomsindo eyengeziwe kuyo yonke ingoma.

Imibuzo?

Sinazo izimpendulo

  • Ingabe ngiyayifanelekela le pulani?

    Uma ungumfundi obhalise ekolishi noma enyuvesi efanelekayo egunyaziwe, futhi ungaphezu kweminyaka yobudala engu-18, impendulo ithi yebo. Ungakwazi ukuthola Ekhokhelwayo Yomfundi kuze kube iminyaka engu-4.

  • Uqinisekisa kanjani ukuthi ngingumfundi?

    Siqinisekisa isimo sakho sokubhalisa sisebenzisa isevisi yenkampani yangaphandle ebizwa nge-SheerID. Funda kabanzi.

  • Yini eyenzekayo ku-akhawunti yami lapho sengigogodile noma sengishiya isikole?

    Uzoqhubeka nokuthola ukufinyelela Kwekhokhelwayo Yomfundi, kuze kufike ezinyangeni ezingu-12 kusukela osukwini lwakho lokubhalisa noma lapho ugcina ukuqinisekisa kabusha, ngenkathi isatholakala. Uma ungaseyena umfundi ekupheleni kwaleyo nkathi, ngeke usafanelekela Ekhokhelwayo Yomfundi. Okubhaliselwe kwakho kuzoshintshela ngokuzenzakalelayo ku-ipulani ye-Premium Standard ngenani lamanje lenyanga ngayinye, ngaphandle uma uKhansela kusengaphambili.