Kungani kuyi-Spotify?
Dlala izintandokazi zakho
Lalela izingoma ozithandayo, futhi uthole umculo omusha nama-podcast.
Izinhla zokudlalayo ezenziwe lula
Sizokusiza wakhe izinhla zokudlalayo. Noma jabulela izinhla zokudlalayo ezenziwe ochwepheshe.
Yenze ibe ngeyakho
Sitshele ukuthi yini oyithandayo, futhi sizokwenzela iziphakamiso zomculo.
Yonga idatha yeselula
Ukuze usebenzise idatha encane lapho udlala umculo, vula Isilondolozi Sedatha kokuthi Amasethingi.
Ingabe unemibuzo?
- Ngilenza kanjani uhlu lokudlalayo?
Izinhlu zokudlalayo ziyindlela enhle yokulondoloza amaqoqo omculo, ukuze alalelwe uwena noma ukuze wabelane ngawo.Ukuze ulwenze:
1. Thepha Umtapo Wakho.
2. Thepha okuthi YENZA.
3. Nikeza uhlu lwakho lokudlalayo igama.
4. Qala ukunezela izingoma (futhi sizokusiza). - Ngenza kanjani ukuthi imodi Yesilondolozi Sedatha isebenze?
1. Thepha Ikhaya.
2. Thepha Amasethingi.
3. Thepha Isilondolozi Sedatha.
4. Khanyisa Isilondolozi Sedatha. - Ngingawathola kuphi ama-Podcast?
Thepha okuthi Sesha. Ngaphansi kokuthi Phequlula Konke, thepha Ama-podcast.